Summary
Iqonde Kuphi Le Ndlela Plot Summary
Book
Iqonde kuphi le ndlela?
It contains a detailed summary for each scene in the play (Act 1 - Act 5) in isiZulu with some English translations.
[Show more]
Preview 4 out of 52 pages
Summarized whole book?
Yes
Uploaded on
December 9, 2021
Number of pages
52
Written in
2021/2022
Type
Summary
Book Title: Iqonde kuphi le ndlela?
Author(s): Sikhumbuzo Xaba
Edition: 2012
ISBN: 9781868886685
Edition: Unknown
Institution
12
Course
IsiZulu First Additional Language
Schooljaar
200
All documents for this subject (2)
By: tanaematambo • 2 months ago
By: bohlalemolokomme • 4 months ago
By: zakithiswift • 2 months ago
By: esengemlangeni • 7 months ago
By: kimberlysibanda • 7 months ago
By: jkhutama • 4 months ago
By: ngomusangobese • 8 months ago
Show more reviews
$5.54
100% satisfaction guarantee
Immediately available after payment
Both online and in PDF
No strings attached
IQONDE KUPHI LE NDLELA PLOT SUMMARY
By: Nomathemba Magwegwe
INKUNDLA YOKUQALA (ACT 1) - ISIGCAWU SOKUQALA (SCENE 1)
ABALINGISWA ABASHA:
UMzwakhe Mbatha (clan name – Mthiya) – umfana wesikole oyisigebengu
esisebenzela uKK
UMaziya – iphoyisa eliyisigebengu
UTembe – umthengi wezimoto zokwebiwa (stolen)
SUMMARY:
• UMzwakhe noMaziya bakhuluma ngocingo.
o UMzwakhe utshela uMaziya ukuthi uzofika emngceleni (border)
ngamakhilomitha ayikhulu (100km)
• UMzwakhe uhamba ngonyanyavu (beautiful car/imoto enhle)
o iBMW 325i
o uluhlaza okotshani
o inezinombolo zaseGauteng
• UMaziya uzohlangana noMzwakhe emngceleni
• Umthengi (ikhasimende) unguTembe ungowaseXai Xai
o UMzwakhe uzohlangana naye eGoa Hotel eMaputo
• UMzwakhe uzokhokha uMaziya ngotwo stina (R2000 – izinkulungwane ezimbili
zamarandi)
o Uzofaka imali emvilophini bese uzoyifaka esihlalweni esiceleni kwesakho
(passenger seat)
• Uma uMzwakhe ufika emngceleni (border), uMaziya wenza sengathi uyayihlola
imoto (pretends to check car)
• UMzwakhe uhlangana noTembe eGoa Hotel. UChaza ukuthi leli imoto iyifull
house ngoba:
o ine-alamu
o immobiliser
o umsakazo osezingeni eliphezulu owakhiwe eJaphani
o ineshuttle equkatha (loads) amaCD angamashumi amathathu
• UTembe uyalithanda, unika uMzwakhe izinkulungwane eziyishumi zamarandi
(R10 000)
• UTembe ubuza uMzwakhe uma uneveni eyi-one toner ilong base (for his
friend)
o UMzwakhe uthi uzobuza uBra KK, bese uBra KK uzokhuluma naye
,INKUNDLA YOKUQALA (ACT 1) - ISIGCAWU SESIBILI (SCENE 2)
ABALINGISWA ABASHA:
UZama – intombi kaMzwakhe
SUMMARY:
• UMzwakhe usekhaya (eSikhawini), uhleli noZama esitolo esidayisa ukudla
• UZama ukhumbule (missed) uMzwakhe. Bakhuluma ngempelasonto kaMzwakhe
• Baya ukuhlala ngaphandle ngoba:
o Kugcwele futhi kunomsindo ngaphakathi
o Kunezihlahla, kupholile futhi nomoya ushaya kamnandi ngaphandle
• Bahlala ngaphandle, baqabulane
• UZama uthanda ukudla kwakhe
• Bahamba erenki (taxi rank) ngoba uZama udinga ukubuyela ekhaya
ISISHO/AMAGAMA:
• ukudla kwabo kwehla esiphundu - ukudla okumnandi kakhulu
,INKUNDLA YOKUQALA (ACT 1) - ISIGCAWU SESITHATHU (SCENE 3)
ABALINGISWA ABASHA:
UThemba (‘Mthimabane’) Cele (clan name Ndosi) – umfana wesikole ofunda
noMzwakhe
USipho (‘Sayitsheni’) - umfana wesikole ofunda noMzwakhe
SUMMARY:
• USipho noThemba bakhuluma ngoZama
o UThemba ucabanga ukuthi uZama umuhle (le thekeni (girl) iwugesi)
o USipho uthi uZama uyamnyanyisa ngoba uthanda ukuzifonela (full of
herself)
o UThemba uyathanda uZama kakhulu
• USipho ukhuza (reprimands) uThemba
o Athi uze esikoleni ukufunda kuphela
o Athi awukho emfuleni lapho uzobona izintombi zikukha (get) amanzi bese
uthola ithuba lokweshela
o Athi ubaba kaThemba uzomphateka kabi uma ezwa ukuthi uyisoka
• USipho unecebo (plan) ethi uThemba uzokhuluma noMzwakhe ukuze athole
amazwi ozokwehlula (lure) uZama
o UThemba akathandi le ncebo. Ucabanga ukuthi uZama uzomqoma
(accept his shelaring)
• USipho uzama ukukhuluma noMzwakhe ngezinkinga zakhe kodwa uMzwakhe
akanandaba ngoba uSipho unguzidididi (isilima – idiot)
• UMzwakhe akafuni ukusebenza noBra KK ngoba wenza ubugebengu (crime)
futhi uBra KK uthola imali eningi kodwa akenzi lutho (uhlezi dekle). Kodwa
udinga ukusebenza ukuze:
o Umdeni wakhe uyaphila ekhaya
o UThandi uyakwazi ukuya esikoleni
o UZama angamshiyi (udinga imali yokumjabulisa)
ISISHO/AMAGAMA:
• Usha amashushu ngoMzwakhe – uthandana noMzwakhe (in love with him)
• Ungabona amehlo esibungu – ngeke kwenzeke (it won’t happen)
• Udla amathambo engqondo – ukucabanga
• Usuxhifizwa - ukushaywa
, INKUNDLA YESIBILI (ACT 2) - ISIGCAWU SOKUQALA (SCENE 1)
ABALINGISWA ABASHA:
UKK (UKhumbulani Kheswa) – isigebengu esingumhloli (organiser) wezigebengu
ULumumba – esinye isigebengu osebenzela uKK
SUMMARY:
• UMzwakhe ukhuluma nobra KK ngocingo emotweni
• UKK utshela uMzwakhe ukuthi udinga ukuya eSwazini ngoba kunomsebenzi
khona
o ULumumba waya eSwazini waboshwa eshayela imoto eyebiwe (arrested
driving stolen car)
• UKK ufuna uMzwakhe ukuya ekamu lamaphoyisa (police station) eduze
nomngceleni (border) waseSwazini.
o Emva kwaleso siteshi kunenqwaba (a lot of) yezimoto zokwebiwa
ezipakwe lapho
o Ufuna uMzwakhe ukuba zishiswe zonke lezo zimoto (ukushisa ubufakazi
(evidence))
§ Kukhona izidakamizwa ezishuthekwe (hidden) esondweni
eliyisipele (spare wheel) laleyo moto.
§ Uma amaphoyisa athola lezi zidakamizwa uLumumba uzoboshwa
ngesikhathi eside (kukhona izidakamizwa eziningi)
§ Kungcono uma uMzwakhe ushisa zonke izimoto zingqongqe (to
ashes) ngoba ngeke uzokwazi uqaqa (unscrew) isipele ngoba
kuzothata isikathi bese uzobanjwa.
• UKK unomuntu osebenza ophikweni lokwebiwa kwezimoto (stolen cars
department) so he will be able to get Lumumba out
o Kodwa akanabo abantu ophikweni lwezidakamizwa ngoba amaphoyisa
akhona aqinile (very strict). Akakwazi ukubawagwazela (can’t bribe them).
ISISHO/AMAGAMA:
• Ilahle/Imoto elishisayo/Imoto eyobiwa – imoto elitshontshiwe (stolen car)
• Ukuwagwazela – to bribe
• Intuthu – icala